Relationship yami ithule nje, angazi noma kwehliswe ivolume noma kushe i-speaker. 😕 😢
Sub Categories
Dear mazumba,
Asali ukuthi nishuthe nezintombi zethu,
indaba niyona nge-caption uma senithi MyTwin.
Imali engiyaziyo eyephepha nensimbi, eyezinwele nezinzipho angiyazi mina
Umuntu akunyathele ngo-size 12, uma eqeda athi sorry. Hhayi bo! Biza i-ambulance, ngiphukile!
Uma sekumele akhumule i-weave 👩🏽🦰 uzwa esethi: “Mina vele ngizifanela nobaba wami nje
Niyakhumbula abafana ababili besikhohlisa bethi Gqom Is The Future? 🤔
Baphi bona?
Nisuke nabadelela kakhulu abazali nathi nizobuya January, yathi imvula nangizwa ngobani?
ukulahlekelwa intombi kuyafana nokuhamba kukagesi ifoni ina 3%
MAKUKU kungan uthanda makuku ubumnandi kungan uwena udla ngisike ngilambile oh nami ngambile
Syakhuluma ingane zisbala amazinyo??
….
….
….
Kanti ksele elilodwa bamshaya edakiwe
Umfundisi wase zayoni ungixoshile isontweni lakhe ngoba ngi rawonde ngam over tecker.
Ekhay ngisobabona ngoJanuary sengicula ingoma kaSjava ‘ohh kodwa uma ungithandangingenaluth’
Izolo sdakwe🍺🕺 saze senza ibraai 🥩🥓kodwa masvuka imvu
🐑
isaboshiwe ☝️nkinga uSpoti🐕 asimboni🤷♂️
Uvike impama👋 ka mah wakho avele awe
🤷♂️
Avuke😭 afonele ubabawakho, omalume bakho, nomkhonto Wesizwe
🗣️Athi”nangu Engibulala”
Izolo sike sa-Complainer nge mayonnaise engamnandanga✋sidakiwe
Mangvuka ekuseni nansi isavaliwe
Kodwa angiyitholi i-aqueous cream
Ladies if Uke Watshelwa Ukuthi🍑 💦Umnandi 🤸🏾♂️ 😋
Kodwa awulotsholiwe ngithi mtakama☝️ ungalahli ithemba 🙏Basazodlala ngawe✋