Ifike cousin yakho yakwiSuburbs, kuthiwe nizolala noy’2 e’roomini yakho…uphume kancinci ubuye etsixile, unkqonkqoze, umve esithi “Go away, I wanna be alone” ๐
Sub Categories
Owami๐ njalo loyo mama ๐ omthulisa ummbila ๐ฝ ekhanda ๐ฅ edrobheni ๐ uwubambe wonke qede ๐ ungathengi uthi mncane. ๐ญ Ey, ngoba nina!
Mhla kushada mina wonke umuntu uyodlula kimi ne-plate achaze ukuthi ungazelaphi. ๐
Ekhaya mina angilwi, ngiphendula epletini uma sengiphaka.
PIN (Personal Identification Number), akusiyo i-PIN number. So, after uthe PIN vala umlomo.
Ngisanda kufonela umuntu wami ngabo-pass 11 manje, before ngivale ucingo ngathi kuye: โI love you.โ
Wavele wathi: โUhlupha ngokuba njena wena.โ
Ngavele ngabona ukuthi i-movie iphelile. Asenyukile amagama, ithimulile i-penguin. ๐ญ ๐ญ ๐
Le emoji ๐ isho ukuthi ngiyakuthanda kodwa nginengane.
Sometimes akukhona ukuthi abantu bayachoma, uwena nje osuke ubuka ngeso lomona.
Lo nyaka musha kodwa ngathi sebeke bawusebenzisa. ๐
Wena: “Thank You Lord for another day.” ๐๐ฝ
God: “Awuna-funeral cover, I had no choice.”
Umsindo engiwufice kwaZwane, ugogo wakhona ngathi ushidabe nge-statement sikaSne.
๐ต๐ฝ: โMakoti!โ
๐ฉ๐ฝโ๐ฆฐ: โMah.โ
๐ต๐ฝ: โUngayiplastela wena indlu uwedwa โyazi.โ
๐ฉ๐ฝโ๐ฆฐ: โHawu, ngobani mah?โ
๐ต๐ฝ: โNgibona indlela oyibhixa ngayo i-peanut butter.โ
Ama-posts alapha ekhaya angiwabhekise kumuntu, kodwa uma isicathulo sikunela, sigqoke Cinderella.
Dear Gift Of The Givers,
INkosi inibusise ngalo msakazo omuhle kangaka enangipha wona njengoba nanilapha eHuuzville Home For The Aged. Ngineminyaka engamashumi ayisishiyagalombili nesikhombisa (87), umndeni wami wangiletha lapha ngoba bethi baxakwe ngumsebenzi engekho ozonginakekela. Ngithanda ukudlulisa
okukhulu ukubonga kanye nothando enilukhombisile kulesi salukazi esiyimina esesilahlwe ngumndeni
waso.
Umkhozi wami (sengisho lo engilala naye ekamelweni) uneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nanhlanu (95) kanti ubehlale enomsakazo wakhe; kodwa ubengangivumeli ngiwusebenzise. Wangitshela ukuthi kwakungokamyeni wakhe osewashona, ngakho-ke ngokuqonda lokho, wayefuna ukuwugcina uphephile.
Nakhu-ke ngelinye ilanga umsakazo wakhe lowo wawa washayeka kabi waba zicucu ngenkathi ezama ukuvuka aye endlini encane. Kwakukubi impela, ekhala umngani wami. Wangibuza ukuthi angawusebenzisa yini owami, ngaba nenkulu intokozo lapho sengimtshela ukuthi akafusege.
Ngiyabonga ngaleli thuba.
INkosi inibusise.
Yimina,
uTryphina Nyembe
Mii: Yhoo bbe umuhler eish
Bbe: Namanga Bbep
Mii:eish bbe wavel wangbamba Yhoo ๐๐
#รฎssรฅ
Cashier : Plastic?๐
Her : Sihamba nge BMW leh Red futsi
Papa uytsenge Cash๐โโ๏ธ๐ฉ๐น