Ake nime kancane ngendaba ye Eskom loadshedding ….๐
๐คLekelelani la,, Uvaselin awulthosi iklabishi? ๐โโ๏ธ
Ake nime kancane ngendaba ye Eskom loadshedding ….๐
๐คLekelelani la,, Uvaselin awulthosi iklabishi? ๐โโ๏ธ
Sishiswa yilanga lelisonto lonke nje uNkulunkulu udinwe izono zenu mantombazane
Advice me please
๐Ngabe kuwrong ukugqoka izimpahla zikamufi esaphila? ๐๐คทโโ๏ธ
Mina angidlali nje, iskhova ngisbuka๐ size sithi
“Ohk๐,,, ngthunywe ugogo kaSindi”
Ibhodwe elino mshudo ngaqala ukulibona kwa “Dlamini”
Mbali : Babe where is the remote?
Mlungisi : Kaizer Chiefs
Mbali : Where?
Mlungisi : On top of the table๐๐๐๐๐
KZN police ๐ฎ: freeze
Xhosa police ๐ฎ:godola kwedin
Shuthi iyathelelana lento yabakaCele yokuhlafuna iyoghurt nomapholoba sebeqalile
Futhi-ke eyami inkolo ayingivumeli ukuthi ngi-celebrate i-Valentineโs Day, ๐ infact Hommmmm…
Isimanga engisibone etekisini namhlanje angisoze ngasilibala! Kushโukuthi besigibele nalo sisi, ehamba nalo guy, mina bengihleli eduze kwabo. Esikhaleni nje singazelele, lo sisi avele aqaqe amakinobho e-shirt lakhe kuvele u-bra. Awukhuphule kuvele ibele, lo guy ahamba naye wavele wancela khona lapho! ๐ฒ ๐ฒ
Bebengenandaba ukuthi sonke siyababuka la etekisini. Le nto yabo iqhubekile isikhathi esingango-5 minutes. Lo sisi cishe uneminyaka engu-27, lo guy abehamba naye cishe uno-3 or 4 months uma ngicabanga.
Wake wawuzwa u “Nxa” womuntu ohola ngezi-25? Ey, ave bephila labo bantu nomoya wabo omuhle. ๐
Nibosipha phela ama-matching outfits uma ucu selugqashukile
“Baby, wenza ama-otherwise kulo nyaka!” ๐
Kusho mina ngizithengele izimbali noshokoledi weLindi Shokolathiyez ngeValentine’s Day.
Ngisacela ukubuza kula majita alala ngeskhindi sebhola, sithini i-score?
Uma ekhaya kini nisaseneMayonnaise yangoDisemba, cha niyizigwili, futhi nje nithwele! ๐
Ngithule ngiyabuka. โ๐ผ
Ikhwapha liyashefwa lifakwe i roll-on, not i-emoji! Niyezwa?