Sub Categories

“Ngizokuthanda kuze kubuye uJesu.”

Nivele nihlukane 💔 kungakabuyi ngisho umalume oseGoli.



Ngithenge 80kg yemphuphu emqashweni manje omakhelwane bayangihleka ngiwrong nah?


Nywe Nywe amadoda izinja jikijiki nguwe loyana nge Valentines day ugijima 🏃‍♀️uyomthengela present yenkomishi awumthengelanga Ngan unodoli wenja omhlophe onentambo ebomvu entanyen 🤔🤔


Amaphara uma uwashaya awayisabi induku ngisho isibhamu kodwa uma uwathela ngamanzi yoh awabaleki umhlola


Kwagogo nakwamalume kuyadliwa, uma ungaphakelwa uvakashile kule mizi emibili, ayikho indaba yakho.

Men’s Conference, Room 131 kwenziwa i-vocal coaching, angithi sifuna ukukhuluma njengoKwesta.

“Uyabona somosha kakhulu.”


Sesikhona kwi-conference, izangoma
ziyasphalazisa la. Kukhona indoda
esiphalaze iphenti.


Phela ngilahle ifoni ngase ngithenga i-Mobicel, sengithi ngidlala i-Candy Crush ngibona kubhalwe ukuthi Oswidi Abaqhumayo.

MDELWA: “Sthandwa, asidlale umacashelana.”

GLORIA: “Cha, not this year. Ngonyaka odlule wacasha kwaze kwaba umhla ka-15.”


Ngifunza abantu abaSingle ☺ amaDoritoz ngeValentine day 🌹

SMS “HLOFU” to 31314

Ubojola eMtuba ukuze uzobona ukuthi i-BP akulona igaraji kuphela.