Sub Categories

πŸ‘©πŸ½β€πŸ¦°: β€œBabe, uyazi umuhle kanjani?”

πŸ‘¨πŸ»β€πŸ¦±: β€œLe mali oyibonile Gugu, eyokuthenga usimende!”



Dear Debonairs,

Bengicela nitshele abasebenzi ukuthi ngicela basike equal pieces ngoba siyaxabana uma sesidla namagenge.

Ave nibhora uma senizi-like(la) kuqala, nisenza abantu ababi.


Ngithe sengiwuhlubile ubhanana 🍌 etekisini, uma ngiphakamisa amehlo nasi i-sticker esibhalwe: “Musa ukudla emotweni njengemfene.”


Ngithole i-call from a car tracking company, bathi imoto yam i-outside the province! 😲 Bangibuze ukuthi ngabe yimi yini oyishayelayo, ngivele ngakhushukelwa i-BP same time. 😩

Yimi lowaya ngithwala izandla ekhanda, ngadonsa amaguzu ami ngayobamba itekisi ngibheke e-police station. πŸ˜• Ngafika sengihefuzelisa okwengulube, angisakwazi nok’khuluma. 😣 Ngithi ngichaza udaba athi u-captain: β€œYehlisa umoya ndoda, bese uchaza kahle.”

Anginike amanzi, ngiphuze. Ubuye umqondo ukuth no maaan, anginamoto mina! πŸ€” Ngingumahlalela. Ngikutshela ukuthi ngibuye sengibuya ngeveni yamaphoyisa.

Kumele ngibuyele ensangwini, uyazi bengi-right ngizibhemela.


Noma ngabe kushube kanjani bra wami, ungahlali estolo.

Dating usisi wakwaNongoma akuyona inkinga, inkinga iqala lapho esecobhoza i-pizza kwi-juice.

Maye babo! 😳

Ufike uphe umuntu i-lift, nisahamba kanjalo nihlangane neMercedes AMG umuzwe esethi: “Uyabona-ke, nazi imoto zangempela!” πŸ˜•


Ugogo ubuya engadini, usifica sibuka Channel O kudlala ingoma Ibhanoyi. Usethi-ke: β€œHawu! Ngesikhathi sezindaba nithengelana amabhanoyi! Vula u-SABC 1, Njabulo.”


Bese kuba khona le mpama πŸ‘‹ engadingi ubuyisele, 😭 efuna nje ubuye nge-van yamaphoyisa πŸš” ususike iphiko, uqhamuke usumkhomba ngo-seven πŸ‘‰πŸΌ lo okushayile.

Lapho engabona khona ukuth ungubambo lwami, sobabili sathi: “Goodnight babe.” kanti sisazohlangana futhi eNembula. 😍


Wabhodla 🀒 uSisi πŸ‘©πŸ» wase-Ladies House πŸ› etekisini, 🚐 salindela ukuthi uzothi: “Excuse me.” πŸ‘πŸ» Wavele wathi: “Ncuz’ebhodlayo, ncuz’esuthi, ncuz’eKFC, ncaaa nkosh, ninenkingoooon?”

Sisale sibambe ongezansi. πŸ€”

Mhla kuyoshaywa laba bantu abasishutha izithombe zama-ID, ningitshele, ngiyoyeka konke engikwenzayo.

Uma kuliwa kwi-relationship, ubokwazi ukuthi yilona omnyama onochuku, badelela kabi o-tonight.