Mhla kuyoshaywa laba bantu abasishutha izithombe zama-ID, ningitshele, ngiyoyeka konke engikwenzayo.
Sub Categories
Umuntu amithe kodwa wazi kahle ukuthi indoda yakhe ihleshulelwa igwinya nge break eskoleniππ
Abocherry babizana ngo babe,love thina magents sihlulwa yin ngampela zithandwa zamπ€ππππ
Insangu Imnandi Uma Uzoyibhema Sakubasa Phansi ππ» Igcawele Indlu Yonke Intuthu π
Kunzima ukungabi nogogo othakathayo, abantu bavele bakudelele nje.
Ngifuna umuntu owazi ugesi, onesitifiketi, ikhadi lami leValentine engalinikwa ngibuya kwi-conference alisakhali. π
Dudlu ntombi! Angina-Polo Vivo, angina-GTI kodwa ngine Wi-Fi endlini yami. Amaqanda ang’wabali, ungaphohloza noma amangaki. Ngiqome ntokazi!
Selokhu ngayeka insangu, sengicabanga izinto ezijulile.
What if February usho ukuthi feba unga-worry?
Phakathi komuntu wakho nekhansela langakini, ubani onamanga kakhulu?
Ukujola nami kumnandi ngoba uthola i-comedian, uhlanya kanye ne-porn star, all in one person. Ngiyi-combo kahle kahle
My neighbor bought another kind of chicken, π something that runs while you are still spraying sneakers.
*Imagine seeing your Ex Wyf in her new boyfriend’s car with your child, then your child sees you and shouts “Daddy futsek”*π π π€£π€£π€£π€£π€£π€£
Ungaba muhle, ugqoke kahle kodwa indaba ilapha.
*esho ekhomba*
Oyokhala emngcwabeni wami ningisize nimphuce ipleti, akhalele into ayaziyo.
Umuntu abhale i-post la kuFacebook athi: βLife though. π₯ πβ
Umbuze ukuthi kwenzenjani, athi: βInbox please.β
Uma ufika ku-inbox, athi: βLetβs WhatsApp.β
Ku-WhatsApp athi: βCall me.β
Umfonele, athi: βLetβs meet.β
Uma nihlangana athi: βYou wonβt understand.β
Abantu abayeke insangu, nx! π π₯ π
Ey, uyicinge i-mayonnaise kwaNongoma kanti ibhalwe ukuthi Ushuni Wesaladi.