Sub Categories

Ngiyathembisa mhla ngaba nemoto akekho ongeke ayidle imali ye Road Accident Fund



Ngyaxolisa Majita
ngokudlisa iTeam 😭
sengivele ngabakhela u
12 room 🏡ekhweni 💔


Mangmil angaz nomà phupha owangakh ay cha uyakwaz


Ave kumnandi kuhlal phambi emcimbin kuma reserved chair if sebekususa laph kungasena ndaw emva😂😂😂🤣


Uyangena esontweni sekusele indawo eyodwa eduze ne X yakho, ivele iqale iculo ithi *”usathane akanandawo”*

Dear con**m producers, 🥒 sicela iflavor yechilli 🌶️ ngoba abasakhali omandisa nombali


Noma ungayivula yonke, ma ingazwakali ayizwakali nje. Ihlupha lapho ke iradio


Nithi nisaphuza kamnandi aqale ke umuntu odlisiwe, “yebafethu ngubani onamaminutes?”

Nywe! Nywe! Tjwala(🍻) abuna stress futhi abushiyani, buphi manje?


Thina Asinandaba 👐noma bangakwenza IP.p 😊vele nomsebenzi weKati🐈 ku Peanut Butter asiwazi🤷‍♀️🙄

Zweli Mkhize usitshela nini kuthi asigeze umzimba,
thina yilokhu sageza izandla njengoba besho. Salinde yena.