Sub Categories

Utsi uvakashela isthandwa sakho uvele uwise igede lakubo nge mistake



Ilockdown izokufundisa ukuthi impuphu akuyona yokuwasha ama All Star


Thisha: ubani okhuluma mode nibhoreke
Abafundi:Uthisha


English: My Mother iz a Teacher
Xhosa: UMama Wam yi Titshalakazi
Zulu : Mamamumemu πŸ˜‚


Igibele imoto bese udobha ngemali uthenge ngayo kanti imali yakho


A ngeke babone abafana base LESUTHU (abesuthu) bedlala I soccer ball a kekho muntu ongavuma kusindwa yingubo(blanket) egroundin


Bampintshane ebackseat yeskwele sdudla sjive fake buso bakho ekwapheni laso


(Ube late eklasini ungene)

Teacher:yindaba u late?
Asande:ngyaxolisa Miss
Teacher:K ukhethani ngikubuze imibuzo ewu 5 elula noma owodwa onzima?
Asande:owodwa onzima
Teacher:K zingaki izinkanyezi esibhakabhakheni?
Asande:1 500
Teacher:ukuthathaphi lokho?
Asande:Awu Miss sivumelane nombuzo owodwa lo wesbili uwuthathaphi?
Teacher:(quite)

Kaze le mpahlaπŸ‘‰πŸ‘ inguba percent of alcohol into engididizayo
after round Uma ngiyolanda thawula

Senghlezi ngicuphe I alarm ngfuna livuse umuzi kababa