Yabona umuntu meke wathi”Dn’t worry.Your secret is safe with me.Umaluma ephephetha wenja lowo.Mayehlala emakhaya igcwele uzintaba, uma eseLoxion unyile nyi.Ngithi NYI!!
Sub Categories
UBONE UMUNTU WAKWA MAKHELWANE ETHI “MOLOMHLOBO WAMI”🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Thina okuthiwa siyazitshela
Kusho abantu abangakaze basikhulumise
Abathand indaba ubezwa bethi
Ngisho esedla I chappis akalifuth ibhelunde
Angisalwanga kanje ngiphupha amaphara entshontsha uMhlaka 1 June 2020 😢😢
I CORONA engabe iyasho nje ukuthi ifuna abantu abangaki, siyinike obaba bezingane abangazondli
Money is a password to unlock a woman
Sengikhona ngizobona ama jokes
Usathi uzenza wena oneskhwele kumunt wakho omusha🙈🙈🙈uzwe *haai ngathi uzoba umthwalo osindayo asvele siyeke* 😃😃😃😃😃
IZOLO NGICISHE NGAZIBHOSHELA ngiphupha iX yam ithi asibuyelane
Female jokes zindala zombili waphela umchilo sekafikile umokoti mnikazi wendawo
UBongi ngimbone egibele phezu kwendlu ngambuz a kuthy wenzani wathi ubheka iviki elizayo🙆🙆
Uzwe umuntu ethi ama-post akho akafani nawe.
Hau, kanti izingane zami yini lawo ma-post.
Indoda ene Degree ne Diploma, Istabane leso.Indoda yangempela ino Grade 9 nesbhamu
Kuthiwa kuzovulwa utshwala
kodwa manje kukhona asebeshefa amakuku🍑🙄🥱✋
Yakhala iphone kaSisi eTaxini
Wathi ‘babe ngiya emsebenzini sokhuluma late’
Yaphinda yakhala futhi wathi’Babe nguya ekhaya eMgungundlovu emngcwabeni sizokhuluma Monday”
Yabelesela iphone futhi, wathi “Babe wam’ sengizokwehla wena ukephi”?
Lakhala ikhehla eback seat” Woooo, kanti iyaphi le Taxi webagibeli.
DID YOU KNOW: Ukupheka curry wakho wenkukhu uwushubise ngethini lama baked beans / fish, kungakumoshela umendo wakho