Sub Categories

“I don’t date broke guys” ifuna ngathi mothethiswa kini bathi “go upstairs”😏



β€œNifuna kuphume esinye isdumbu?” Kusho uNgcobo bemfakele inyama encane emngcwabeni.

Umtshele kahle umuntu ukuthi “ugayiphenduli le message ngoba usebuyile ubae”
Avele athi “ufike nini?”


Woza kubantu abamnyama yonke into iwumshini

White : washing machine
Black : umshini

White : pencil shapner
Black : umshini

White : hair cuter
Black : umshini

White : nice car
Black : umshini

White : grass cuter
Black : umshini

White : nail clip
Black : umshini

EY NEHLULE🀣🀣🀣

If your partner is pushing you away, 😏woza kimina, imina u-Away. πŸ˜‹ πŸ’•


Asilungise la bahlali:
Quit = khwith
Quiet = khwayeth
Quite = khwayth


Stop telling couples ukuthi basazohlukana, nawe geza 🚿 bazokushela uyeke umona. βœ‹

Kusenkanjini yamasotsha, ayeseqeqeshiwe esekulungele ukuphuma ayosebenza okwangempela. Kwathi ngosuku lokugcina umphathi wamasotsha (General) wabiza i-stripper sendawo ukuthi sizothokozisa amasotsha ngomdanso waso kwazise phela lobu kwabe kungubusuku bokugcina enkanjini.

Hhayi-ke sidanse i-stripper ngengoma yokuqala ethendeni elikhulu lapho ayebuthene khona amasotsha. Kuzwakale ubuwoklowoklo kushaywa izandla ejabula amasotsha, cishe kwaphela imizuzu emihlanu. Aphume umphathi ethendeni lakhe elincane, azokhuza amasotsha ngomsindo qede abuyele emuva.

Iqhubeke intokazi idanse ngenamba yesibili, lapho-ke yabe isikhumula iskibha kanye nesketi. Waba mkhulu umsindo eshaya izandla namakhwela amasotsha kujatshulwa kwaze kwaphela imizuzu elishumi.

Aphume futhi umphathi “endlini” yakhe ezokhuza ngomsindo qede aphindele emuva. Bese iqhubeka intokazi idanse ngenamba yesithathu, lapho-ke yakhumula konke u-bra kanye nephenti. Ngalowo mzuzu, alikho isotsha elashaya izandla kumbe lishaye ikhwela. Kwathuleka nje, ya-performa yaze yaqeda intokazi.

Yahamba yaya kumphathi isiyolanda imali yayo, wabuza umphathi: “Awungitshele ntokazi, athula nje amasotsha ami manje, kwenzenjani?”

Ivele ihleke intokazi bese ithi: “Kodwa General, bangazishaya kanjani izandla besebenzisa isandla esisodwa?”

Okwenziwe yi-breadwinner yasekhaya izolo ngiyokuxoxela amagwababa echobana, ingene ne-heater ekamelweni layo yathi thina sokotha umlilo weBig Nuz.


πŸ‘©πŸ½β€πŸ¦°: β€œBabe, ubaba ushonile.” πŸ’” 😭

πŸ§”πŸ½: β€œSorry babe, but kungcono manje usuzophuma kalula.”


Kuyaqala ngqa kulo nyaka ukuthi ngingayi kuVodacom Durban July ngenxa yokhuvethe, kweminye iminyaka bengingayi ngoba anginamali.

Ukuthi awugivaphi akusho ukuthi uzophumelela


β€œNifuna kuphume esinye isdumbu?” Kusho uNgcobo bemfakele inyama encane emngcwabeni.

Seniyenzile i-pregnancy test or nizozwa senihalela uphuthu 🍚 nescabha πŸšͺ?