Sub Categories

Bantu baseGoli, nizoyigqiba leyo migodi noma sikhuphuke siyi-KZN? 🤔



“Baby, angisezi ukuzokulanda.” Lapho senginike nomalume ukudla 🍲 kwami. 😩

Jesu ungishiyelani? 😭 😭 💔

Sengithole u “I miss you MaNdlovu wami, ube nobusuku obuhle.”

Sengibuze ugogo kawu-5 ukuthi kanti kukwabani la ekhaya.

Uma engakufoneli ngisho edakiwe, nami angazi mtase, angazi ngempela. 😐


Brave you kill, brave you…

Ngiyadlala. Sbindi uyabulala, sbindi uyaphilisa.

Majita, njengoba kuthiwa siyizinja, mina nginguBobby, wena ungubani? 🤔


Uma ungasathengelwa izinto ezi-grand uma uvakashile kwa-boyfriend kodwa unikwa ukudla kwasekhaya, congratulations! Wena, usuyi-straight.


Athi uDJ Tira: “Hello ladies!” Indoda yakho imemeze kuqala ithi: “Hellooooo!”

Qomani bodadewethu

Indlela nje leli qembu elinobuqophololo ngakhona, kwale migodi angeke siyithole, bazonikana bodwa.


Uma nizwa ngamahemuhemu, bathi ngijola nobani? 🤔


Ungalibuki i-plate lomuntu okade ephaka ngoba uzoba ne-stress esinzima. ✋🏽

Awuthi ngilale, kusile kusasa

“Your family likes reading.”

Kusho umlungu wami ebona u-newspaper e-toilet lasekhaya. 😩 😭 💔


Mubheka Ksazo kikizwa Kini Ngenxa Yakho🤭Noma Ngya Hhema Angyeke Ukqina🤨

Ujole ne 2003 Likbuze iGama laMamakho, Ubone iBio Seyibhalwe “Makoti ka Selina”

“Ngyaxolisa ukuba Iscefe Qhubeka Ney’ Ntombi Zakho💔” Aw Sukanin Madoda The Girls🤣