Sub Categories

Thina siyabazi oYellow bone, Ususho ukuthi ngobuso nje bodwa nabo obubuya kuma- Panel beaters, obenziwe. Usuwu yellow bone njalo.Khohlisa abase Nyanyadu.



Ngibona ebeka amanzi, waphuma akangithumi uyahamba uyuba necoke, wenza ijuice qeda uphuza ubisi sengiyabuya uthi ayi bengithi ngenxa itiye istress siyangibulala

Me: bbe ukeph
Her: Durban years bbe
Me: what๐Ÿคจ
Her: la kudayisa khona ama pizza


Uyazi ubusisiwe umuntu ongenayo intombi enamanga. Yabona lodoti wami, uwaqamba ngize ngizwe ngathi uhlangothi alusasebenzi ngizoshawa iStroke๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚

Haiybo, Ladies
Utholwa abanjani lo beer ose glasin enihlezi nehla nenyuka nawo ema clinic๐Ÿค”๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚


Tshelani mina. Ilahlwaphi container yekhekhe lase Woolworths…
๐Ÿคทโ€โ™‚๏ธ๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚


Angithi sonke siyavumelana ukuthi iplate ebelinesinkwa asiliwashi kodwa siyalithintitha
๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚

Angisajabulanga kanje, sixabane nomakhelwane. Ngichazwe nje into ayisho ekugcineni. Uthe uzongikhombisa umuzi onotshwala๐Ÿ˜‹๐Ÿบ๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚

Heeeee,Kazi sebetheni eLadies House nangu umamncane echatha ngesobho๐Ÿ™„๐Ÿ˜ช


Uduke eMall uze uqonde kwi security uthi” qagela kuphunywaphi” ๐Ÿ™†๐Ÿ™Š


Lathimula iChina eShoprite sabaleka sonke singakhokhile
๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚


Uthi usamile ne cruch yakho emcimbini kuqhamuke umama wakho athi thatha nangu uplast ufake ukudla ngoba nizobe senibuka mina ekhaya