Sub Categories
π©βπ¦° : Unjani babakheπ₯°?
π¨βπ¦° : Nami ngiyaphila sela lenhliziyo yami π.
π©βπ¦° : Uyitholile message yami manje ekuseni babazzzππ?
π¨βπ¦° : Usho yiphi message manje π³π€… Oh ngiyitholile sthandwa lena ekhuluma nge R500.
π©βπ¦° : Bengisacela ungizama ngalo R500π° engiwucelile kule message sthandwa sami.
π¨βπ¦° : Hhay angiyitholanga leyo message ekhuluma ngemali.
π©βπ¦° : Ingani uthe uyitholile (shocked!).
π¨βπ¦° : (Phone call dropped β).
Qomani bosisi angina mona π€£πββπββοΈπββ
Copy
Nathi saze safa sikfuna ke Loko
Kusho amadlozi uwacela umsebenzi nemali
Copy
Ize yamluma uMfundisi wethu inja elibele ukuthi: βUkuthula enjeni!β engabe uthe fusegi.
Copy
Paranoid Mom: “Awuyi lapho!”
Cautious Mom: “Ubuye ngo-22:00.”
Dettol Mom: “Hamba, ubuye ngoDisemba!”
Copy
Sibadala for meeting up emakhoneni. If you wanna get to know me, let’s go to a certain restaurant. Ungikhohlise while ngihlafuna ama-ribs at least
Copy
Bashonaphi labo bhuti ababesifica sizidlalela kamnandi, bafike bathi: “Sbanibani, uyamsaba lo?” Besho bekhomba umngani wakho odlala naye.
Uphendule uthi: “Angimsabi.” Qede babuze lo mngani wakho ukuthi yena uyakusaba yini, uma ethi akakusabi bese kuthiwa yilwani. π π’
Ziphi lezo zinja ezazisiqhatha? π‘
Ngikhulile manje ngifuna ukuziphindiselela kubo.
Copy
Omunye ngamshaya wacishe wafa emcimbini wakubo engiqambela amanga ethi sengidlile.
Copy
Umona uwubona lapho umuntu ejikijela izinja ngamatshe uma ezibona zikhwelana. Hhayi bo! Eyodwa yalezi zinja yi-ex yakho yini?
Copy
Konje kusazoba mnandi empilweni yami, ngisazocabuza umkami uma silungiselela ukuya emsebenzini. π€ Zithi izingane zethu: “Eww… Get a room!”
Sihleke nomkami.
Copy
Weqiwe i-plate emngcwabeni, uthi uyaduba uyahamba, uvese uwise insimbi yetende uzwe sekuthiwa: “Unjena-ke uma esesuthi!β
Copy
Umbona ngokudla etekisini ukuthi shame baningi kubo
Copy
NgesiZulu uma uthi: “Awungipha sona le skibha,β π means sihle. π π₯ & “Uze uzosithatha,” means ngiyabonga.
Musa phela nawe ukusilanda ngampela!
Copy
“Phezu kwakhe boy, ungamsabi!”
π¦πΎ: βSawubona Mandisa, ubani igama lakho?
Copy
Usunayo yin imali kaMalume kusasa noma kuzondiza iGown ePink engaboshiwe usuyochaza?
Copy
A Foune Breadwinner a re “Le Ska Apea Tonight Aketle Gae”
Copy
R800 Skhipha Sa Goba Le Sefahlego Saka,
Ke Kgopela Support Hle.
Copy