Ungenzenjani kuthiwa ngibhala i Adam uthi ubuka ewindini ubone uprincepal exosha ichips elifakwa emlomeni
Sub Categories
Weekend yonke ubangela ifamily yakho umsindo ngoMbhaqanga noMaskandi. Izingane ma zidlala amaPiano ngoMonday zibuya eskoleni uthi:”FUSEK ayehle leyonto.Uwu Bab’doti.
I Weekend yonke ubangela ifamily yakho umsindo ngoMbhaqanga noMaskandi. Izingane ma zidlala amaPiano ngoMonday zibuya eskoleni uthi:”FUSEK ayehle leyonto. Uwu Bab’ Doti.
Noma ungajola uze uphelelwe uthando
Kodwa mawumubi bayakudlala
Noma ungazenza ikholwa elikhulu kodwa unembeza wakho uyalazi iqiniso
Me 👨: mmmm ushiphelani Nomusa🙄
Her: 🧟
Me 👨: Ohhh Kanti uyazamula🤧
Ukuzwe kumnandi kanjani ukuthandana nomuntu oneqiniso nenhlonipho,
ngathi ungabiza iEx yakho uthi: nayi into engangiyidinga Doti.
Angikho happy ngeSpeed sePhara uma likuphathise izimpahla.
😓🥺
Uthi udlula ngase KFC nendoda yakho yaseMzimkulu uyizwe ithi “engath bengasbiza basiphe izikhumba 😋”🤣🤣
Ngimbize ngo my love 4 month yonke ajabule kanti akazi ngikhohlwe igama lakhe🤘
Ngendlela engimuthanda ngayo, sengicabanga nokumbhala kumaPex asekhaya.,ngeke💕
Nywe nywe nywe and up with tears uban othe sijola lama onion
i-ABSA Cup ikhombisile ukuthi ayiyona ifood parcel…If ungangikholwa buza iKaizer Chiefs yona ebizitshela ukuthi izovele inikwe ngoba iphezulu.
White :I’m Electrician
BLACK:Mabakhulum nga gez basho mine
Uzwe umahlalela ethi:”babe ngifuna wena kuphela”Haiybo ndoda, umsebenzi wona?🥱🤚🏾
Kuyiqiniso ukuthi ukuba iShangane is a disease.
Uqala umncane uyiShangane ukhule ube iVenda.
After tht ube iNigerian.