Uzwe umuntu ethi ama-post akho akafani nawe.
Hau, kanti izingane zami yini lawo ma-post.
Sub Categories
Indoda ene Degree ne Diploma, Istabane leso.Indoda yangempela ino Grade 9 nesbhamu
Kuthiwa kuzovulwa utshwala
kodwa manje kukhona asebeshefa amakuku🍑🙄🥱✋
Yakhala iphone kaSisi eTaxini
Wathi ‘babe ngiya emsebenzini sokhuluma late’
Yaphinda yakhala futhi wathi’Babe nguya ekhaya eMgungundlovu emngcwabeni sizokhuluma Monday”
Yabelesela iphone futhi, wathi “Babe wam’ sengizokwehla wena ukephi”?
Lakhala ikhehla eback seat” Woooo, kanti iyaphi le Taxi webagibeli.
DID YOU KNOW: Ukupheka curry wakho wenkukhu uwushubise ngethini lama baked beans / fish, kungakumoshela umendo wakho
Sam: I love you♥️
Marry: Unayo imoto🚗?
Sam: Wangibuza imoto ipunane yakho ino N2 yini🚧
Nginokucabanga nje ukuthi yayingathini inkosi uShaka Zulu kaMageba ezwa ukuthi amadoda acashe ezindlini, acashele umkhuhlane
☝️🤔😏
Yazi umuntu uhlezi esixoxela ngengane yakhe engathi uzele yedwa. Ingane yami this.Ingane yami tht.Lento enamakhala engathi ifutha ibhelunde.
Usho ukuthi njengoba ujola nesangoma unukelwa impepho 24/7. M sure whn ur doing it kugcwala amafu yonke indlu le. Uthwele kanzima phela.wena.