Sub Categories

Ngikhumbula ngelinye ilanga sisasebenzisa ugesi okhokhelwa ngenyanga, ubaba wangithuma ukuthi ngiyowukhokhela edolobheni. Ngenxa yokuthanda ama-competitions, ngathatha leyo mali ngathenga ngayo ithikithi lomncintiswano thizeni lapho umuntu onenhlanhla ayengawina khona imoto entsha ceke.

Uma ngifika ekhaya, ngamchazela ubaba ukuthi imali ngiyenzeni. Wathi ezwa lokho, wangithela induku. Ngalala ngiyisuthi.

Kwathi ngakusasa ekuseni, ubaba wavuka wavula umnyango ophumela ngaphandle. Kwakukhona imoto entsha ime ngaphakathi egcekeni. Wasivusa sonke. Kwathi uma siyibona sonke sakhala, ikakhulukazi mina. Phela le moto kwakungeyakwa-Eskom, ababephakathi babezosicishela ugesi!

Ubaba waphinde wayithela induku kimina. 😐 😭



Wayeseyibheme kahle insangu uMathayi emi ku-3rd floor eflethini. Ngephutha, washelela wayothi thanqa phansi. Bafika abantu bezomsiza, babuza ukuthi kwenzekeni. Wavuka waphendula uMathayi wathi: “Nami angazi kwenzekeni, ngisanda kufika!”

WHITES: “Goodnight kids. I love you.” 😘 😘

BLACKS: “Ningakhohlwa ukucima i-TV πŸ“Ί, ningenise ibhakede lokuchama, nifake amabhodwe efrijini; ngiwabalile njalo amaqatha – ningazami nje ukuhlakanipha. Nicime neDS, ave iwudla ugesi, nehlise umsindo. Sengiyalala-ke mina ntombi kaBhungane. Nibheke nokuthi iminyango ikhiyiwe yini πŸ”’, singaboni ngomuntu esegcwele indlu. Niyezwa?”

Inhliziyo yendoda itholwa umuntu oyedwa, the rest basuke sebethola izinso, usu, inyongo ne 4-5 keπŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚


Ujole kahle nomuntu kube kuhle, mhla nihlukana akthuke ngombhede wakho athi umise kwesidleke senyoniπŸ˜‚πŸ˜‚

Mnakumbuka lucky dube akiimba there will be no schools anymore only prison prison mkadhani ni bangi


Make yourself a priority once in a while.
It’s not selfish. It’s necessary.


Never put Temporary people in the Permanent place of your Life, and don’t be afraid of Removing the Wrong People from the Right Place of your Life. If it’s your Life then it’s your Right. Be Bold to take any Decision concerning your Life. If they call it Pride, tell them it’s Class. No matter the Economy of the Jungle, Lions will never eat Grass. Even if Education is Free, a Rat will never go to the same School with a Cat. You cannot go anywhere with Negative people. Negative people are like Cars without Fuel and Engines. You can only sit in them, but they will NEVER take you anywhere. You can’t Change what you see until you Learn from what you see. Be careful who you Open up to. Only a few people Care. The rest just Want to have Something to Gossip about. Some people come into your Life like a Dark Storming Night. When the Storm is Over and the Sun Rises it Becomes a Beautiful Day. Make Beautiful Days in your Life by Removing the “Storms” in your Life.
May the lord guide you in every decision you make

Girlfriend idla 2 or 3 slices wesinkwa 🍞 isuthe.

Uyi-girlfriend noma unguMabhebeza?


Nalento yokuthi uSathane akanamandla siyizwa ngani eniJima naye…


Ufuna umshado kdwa unendoda ey1😏suke wabon ban ewina ilotto ngenmbr eyodwa ,abafebe abantuπŸ€—πŸ˜‹


Ngicela umuntu ozongiboleka ufafandrethi (R500), if ngingawubuyisanga end of July then you can block me.
It’s fine, I’ll understand.

Ngicela ningifundisa ukutshekisa le emoji “πŸ˜‚” kade ngizama, ngiyehluleka. 😒 😭