Usathi udlula ngasemathuneni ebusuku ⚰️ uzwe: “Psst! Iqiniso yini ukuthi next week niza niy’million?”
Sub Categories
Indoda ifuna impatho, isimilo, intobeko, ingqondo nenhlonipho. 😚 Hhayi lokhu nipenda ubuso ngathi izindlu zamaNdebele.
Twitter ifuna wazi i-English.
Instagram ifuna ube nezimpahla ezinhle ne-status.
So, kungcono sizihlalele lapha kuFacebook si-type abo Amen, nabo well said, silokhu sithi volume please.
“Ngcono uvele ungithathe Nkosi!” 😭 😭
Kusho mina u-poloneck ungasaphumi ekhanda.
Kaze abakwaFacebook bawususa nini u-like button? Ses’yabonga, sikhathele yiwo,
Bantu baseGoli, nizoyigqiba leyo migodi noma sikhuphuke siyi-KZN? 🤔
“Baby, angisezi ukuzokulanda.” Lapho senginike nomalume ukudla 🍲 kwami. 😩
Jesu ungishiyelani? 😭 😭 💔
Sengithole u “I miss you MaNdlovu wami, ube nobusuku obuhle.”
Sengibuze ugogo kawu-5 ukuthi kanti kukwabani la ekhaya.
Uma engakufoneli ngisho edakiwe, nami angazi mtase, angazi ngempela. 😐
Brave you kill, brave you…
Ngiyadlala. Sbindi uyabulala, sbindi uyaphilisa.
Majita, njengoba kuthiwa siyizinja, mina nginguBobby, wena ungubani? 🤔
Uma ungasathengelwa izinto ezi-grand uma uvakashile kwa-boyfriend kodwa unikwa ukudla kwasekhaya, congratulations! Wena, usuyi-straight.
Athi uDJ Tira: “Hello ladies!” Indoda yakho imemeze kuqala ithi: “Hellooooo!”
Qomani bodadewethu
Ngidayisa izinkukhu njalo, uyikhomba emini uyithole ebusuku.
Indlela nje leli qembu elinobuqophololo ngakhona, kwale migodi angeke siyithole, bazonikana bodwa.
Uma nizwa ngamahemuhemu, bathi ngijola nobani? 🤔