EMzimkhulu it’s either ujola nomuntu womuntu or bajola nomuntu wakhoπ
Sub Categories
Musani ukucasha masinibona emaclinic.Sonke syagula,
akekho osuke ezowithdrawer imaliπππ
Avele abe mubi umuntu aze afane nesamfonyo π·(mask) sakhe I π€£πββπ¨π
Niyizwile lendaba yokuthi:Ngisho ningawadweba kanjani amashiya…nize nifane nOPOPAYI, abakwa Ngcobo kuphela abanamashiya amahle.
Ngizomthola Lo owadayisela ugogo ama clorets ngo500 wathi amaphilisi okulapha I corona
Weeeheee,Ngathi amantombazane ekwazi ukucheatela amasosha izinja ezigada icountry.Bewuyinike wena nezibuko zamehlo.
Uma kungathiwa wonke amadoda aya empini,mubheka nje ubae wakho angabuya empini??ππ
Nibe nesilingo somuntu ekhaya:,Esihamba singasho, nokuthi siyaphi.
Kuphele izinyanga nonyaka.Abuye engathi akukaze kwenzeke lutho.
Ngithe umcimbi ungo13h00 la kuzophuma khona izithebe.
Ngizosi thathaphi esakho njengoba ufika ngo 17h00.
Uyayi bona lento yokuthi angikwaz ukuphila ngaphandle kwakho ifuna ngathi ungaTshela isaka leMpuphu ππ°
Umuntu Abe mubi uze ufise ukumbuza ukuthi so uzatshona unje usuku lonke ππ
Kahle kahle labantu abanamalimu nabanezimpandla kwakufanele bahole impesheni ngoba nabo bakhubazekile.
Ladies, stop asking a guy if unayo yini intombi. If you love him, join the queue.The winner will be announced eventuallyπ£οΈπ£οΈππ
Ifunani i mask ye bmw ebusweni beganda
Ube mhlophe ebsweni imilenze ithi ngilwela amalungelo avant abamnyama
Haiy haiy haiy, indaba yomuntu obhosha into ehlula ngisho IAirfreshner.Kugoloze nempukane inikine ikhanda lize linqamuke
Ngithi ngizolwa nomuntu wavele wangikhiphela amehlo nje angaz noma ngiybalekele yin lenyoka manje