mawuthi wenza into ezokhalisa mina khohlwa sekwaphela amabattery okukhala la kimi yenza ngizokubuka nje mina
Sub Categories
kade ngangibona emhlatsheni madoda,
kwasho ispoki sibona esinye sibanjwe wucingo
Uthole I report lakho lithi not promoted, uvele umbashe ngathi ispoko sivula ushare it
Wasukuma ndo walikuwa wa kwanzaa kugundua uji kwa kutak kutengeneza juisi ya maind
Nawe bayakusho abakwaziyo ulibele ukubheka mina
Ube mubi uze usabe nokphum e crowdin ππ
Mina ngfun ndoda enemali mawuthi yabuka ngath ImbuZi ehudayo
Sesingaqala ubumnandy njengoba kuDecember futhi siziphatheni kahle abazali bafuna siphumelele ay sphume belele ππ€£ππ€£ππ€£
Wathi omunye ubhuti evakashela ugal wake waqhamuka ehlezi nabangani bakhe,nengane,wathi ugal ey nasilesicefe wase eya kuye, kanti iyezwa ingane, waphinda wabbits ngenye imini ubhuti wafica ingane engekho losisi washya umlayezo enganenj, yavuma wathi uzothi uthunywe ubani yathi ingane ngizothi ngithunywe uscefe, ai sithwele nina madoda
Umuntu akuxoxele indaba abesethi ungatshenimuntu uchaza ukuthi wena unebhokisi lezindaba yini
Mawunesikweletu somuntu omsabayo vele uyekubangani bakho ucele bakubulale athuyafika uzosifuna kuthiwe kade afa loyo, khona ezojala
Ngizwa abantu bethi eyamadoda ayipheli kodwa mina eyami iphelile iNivea For Men yamadoda engiyigcobayo
#Stherayza
Wuyekeni lomkhuba wokuthi umuntu mayenibingelela nivume sengathi anithandi noma siyanihlupha, mina umuntu owenzenjalo angiphinde ngimubingelele, ngisho ngabe ubaluleke kanjani sorry bandla
Yeyi maan beningasiyeki ngani sbulalane, kusho uKiyo bemlamulela kade ekinywa yinkosikazi esekweqe amehlo
I-Pain Yokujola Nomuntu Onomuntu Wakheπ SebeyoPostana Ke Bengakucabangeli Ukuthi Uphatheka Kabi kanjani.
Nyavula ikhula box yabantu , bangibambha ngema washini bangaz ukuth ngizibukela I spelling Se hunters dry