Uma ufuna ukugadelwa ingane yakho kusasa Empofu:400 Emuyama:1300
UTHI BEWAZI? – Bewazi ukuthi ukucela isithandwa sakho sikomisele izinwele ngethawula kungakhuphula izinga lothando lwenu ngo-75%? – Bewazi ukuthi ukukhanyisa Continue Reading..
Ngendlela engimuthanda ngayo, sengicabanga nokumbhala kumaPex asekhaya.,ngeke💕
Umuntu athi: “Things we kiss when we’re drunk.” 😏 Uma uthi uyambheka, kukhuluma yona i-thing. Ngivele ngingabe ngisazi-ke.
Uma kungathiwa uyavalwa uFacebook kusasa, ngingaqhubeka ngibhale ama-post ami bese ngiwanamathisela ezitolo nasematekisini. ✋🏽
Ngisola I Skin cancer yaz Manginwaya emhlane iinzipho zibuya Zimnyama😭
Mese uthi unendodake into ebalekela ama Charges niyolihamba lonke iTheku nifuna uCapitec ngoba engafuni ukukhipha kuStandard Bank😂🤣😂😂
Akubongwa Mngeh”👏Kusho uMandisa noNokwanda Bethelelana iSnefu
Yaz ngyaqhaqhazela bafe ngihleli eduze kukaMalume . . . Ngisaba ukuthi uyalumana
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *