Ungazitshela ukuthi ama Gold Diggers asemadolobheni kuphela kanti agcwele yonke indawo. Uthi usemakhaya uthole intombazane ezokubuza ukuthi unawo yini umhlaba nemfuyo.
Related Posts
Ama-posts alapha ekhaya angiwabhekise kumuntu, kodwa uma isicathulo sikunela, sigqoke Cinderella.
Uthengeni ngeShumi lakho eskolen Enzoh? 👶🏾 Athenganga Lutho dlale istokofela faka ukhipha ishumi libuye selufafrandi
Mfundisi no Cosmo😕 same whatsapp group SENZO :Ngath njr abakwaz kushaya 💏 isnqandu
“Hlala phansi, angeke ufe uma ungayanga lapho!” 💔 😭 Lapho mina ngiyezwa ukuthi ngizofa. 😭
Bese belengisa i-mask ngaphansi kwesilevu usuku lonke, kube sengathi bazoyifaka uma i-Corona sebeyibona ingena ngomnyango.
Nihambile nabantu nize emngcwabeni,sebefikile ekuhambeni abantu, into yokuqala nje abayibuzayo amajoyinti endawo. Abantu bezinkamba zikaFaro.
Bakwethu lento yokuhleka abantu abangasazi isngisi ayikho unfair guys🤦♂️
“DLala ngama shi shi ” Kusho ubabakho esiyalanda u plate number four emshadweni😂