`Z’hlobo zami ngithanda ukubonga uJehova ngoba amakhaza angifice sengiqedile iSyllabus yokugeza umzimba wonke. KuJune noJuly ngizobe ngenza nje ama revision lapha nalaphaya, ngigeza ubuso nenyawo nokwesula amakhwapha!“
Related Posts
So nifike nimithisane nodwa then nithi iyntombi zethu azikhiphe oR200 ukuza Kuma Babyshower mabengenzi nithi ama Fake Friends.🙄😏
“Ngizovele ngimithe phela!” is very important uma bengafuni ukukwenzela i-21st.
Usuke unenhlanhla uma u-bae wakho ekuphosta, mina angikho ngisho nakwi-gallery!
White : driver slow down Blacks: awu nkosi bengithi ngigibela itaxi eya ethekwini, manje ngyabona ukuthi le iya straight ezulwini
Kusho ukuthini Uma umuntu ozitshena ukuthi owakho ahlale eposta izithakazelo ze ex yakhe
Bese niyeka ukushutha eduze kwezimoto zabantu, nizothakathelwa ubala.
Umuntu umtshele kahle ukuthi akacuphe alarm la 5 yena acuphe u4 aqale Akubhebhe 😫
Uthi ushela intombi ihamba nengane yayo ivele iphendule kuqala ingane “Asambe mama mubi lona”
