UJohn uthandana noPinky. UJohn wasesithi’ Pinky ngicela ukuthi Mhla kungenamuntu ngakini ungitshele ngivakatshe. Ngenye iSunday uPinky ne family yakhe bavuka ekuseni bageza baya esontweni. Bathe besendleleni wathumela uJohn i sms’ wathi woza akuna muntu ngekhaya. Waya egijima uJohn. Uthe efika wathola ukuthi no Pinky naye akekho. Adobhe iphone ngolaka u John’ Kanti uthi ngize kanjani usazi ukuthi awukho? Aphendule uPinky’ angithi wathi ma kungelamuntu ngekhaya ngikutshele uvakashe. Ngubani owaye-wrong lana?
Related Posts
Ugibele nomakhelwane etaxin umuzwe eseth”ndlulisa imali macela impuphu”
• You Can’t Be Ugly & Eat Simba or Lays.. Uthi Ama-Skopas Adliwa Ngubani?
Bayabuya-ke abantu baseGoli nokufaka i-roll on ize ifike ezimbanjeni. 😐
Yayenziwa kanjani i paternity test kudala?Lalela ke…Uma lengane okungeyon’eyakho igijima nezinye yayiwa ingakafiki kuwe lapho zikuhlangabeza uphethe okumnandi.Why?Yayiwiswa amadlozi akini Continue Reading..
U be single kanjani Kune ma couples langa fanelani 😀
USipho lo John bayathukana USipho athi uphanjaniswa yikuthi awuyanga e Pre-school . UJohn aphendule athi ngangiyahamba njani uyihlo sentshontshe imzunko?
Izolo sidakwe sahlaba imvu 🐑 sayosa 🍖🥩kodwa manje eksen sivuka imvu ikhona 🤔iboshiwe 🌳and inja 🐕 idukile 👀
AWUYEKE UHLALE USIBALISELA ✋ AWUSUKUME ‘FEBE’ NAWE NJENGEZINYE IZINGAN😏