Gogo in a taxi from JHB to DBN acele udriver amtshele uma esese PMB, an hour later amkhumbuze futhi, athi udriver “ngikuzwile gogo ngizokwazisa…” akhohlwe udriver aze ayofika eMarianhill etollgate, athi ugogo “ungakhokwa njalo driver ePMB” abambe ikhanda udriver ajike nabagibeli ayinyathele ephinda ePMB – abagibeli bayavungama ulaka, sebefikile athi “gogo sesifikile ePMB” athi ugogo “ngiyabongake kuthiwe ngiphuze amaphilisi ami uma sesise PMB sesingaqhubekake nohambo vele ngiya eDBN!”
Related Posts
uthi uyabangena uhlangane labo sebephuma unyeee uthi uyabagwcalisela uthole ukut bonke bagwcele phamu unyeeee
Ngangithi kuyoshaya lo nyaka nginomuzi wami, 😥 ngiyabavuma ogogo benu shem.
Me: Umuhle Her: Thanks Me: Ngiyabuza
Kanti uRamaphosa uzosiculela nini ngoba uZuma ngaleskhathi wayeseqalile ngomshini wakhe😂😂
Enough abt Matric u Busiswa umithi Niyabonake Zenziwa njan iytarring
Uthi usazihlalele kamnandi e beach wena nomndeni wakho kuvele kuqhamuke abantu bakwa zungu no zulu ne ntaba yewashingi
A ngeke babone abafana base LESUTHU (abesuthu) bedlala I soccer ball a kekho muntu ongavuma kusindwa yingubo(blanket) egroundin
Umuntu skhule naye eyivila, kodwa mangabe eseyiphara adlule ngakini ethwele I Quantum
