Indoda ibambe umfazi wayo nendoda. Icasuke ife ithathe umfazi wayo bahambe baye ekhaya. Mabefika ekhaya isho ngokuthukuthela okukhulu ithi “wena mfazi thatha zonke izingubo zakho uham….. “iringe ifoni kankosikazi ubaba esakhuluma. Unkosikazi ayiphendule ku loud speaker. Kuzwakale nje ” thank you for claiming your lotto winnings, you may comey to our offices to collect your 3million rands ” Ajabule Unkosikazi mayeqeda athi “baba uthe izingubo zami zenzenjani? ” indoda isho ngelipholile ithi, “bengithi letha zonke izingubo zakho ngikuwashele
Related Posts
Uyayazi le pain yokuhlangana nekhansela ungaphethe ngisho imvubu lee.
Ama-posts alapha ekhaya angiwabhekise kumuntu, kodwa uma isicathulo sikunela, sigqoke Cinderella.
Angiboni ukuthi ngingayimela true love mina sengijwayele ukwenziwa islima😭
Umuntu ebhasini ulahlekile akazi ukuthi wehlaphi
Zulu: Themba, Bhekumuzi, Sthembiso and Siyanda. . . Pedi: Tempa, Pekumusi, Stempiso and Siyanta.. . But when we say Limpompo Continue Reading..
Mma Wena Ape Matswele a Wele, Kgan’ Bra ekae
“Amantombazane azozizela.” Kusho ugogo 👵🏿 egunda umntanami ngeskero.
Akekho owazi i-crèche eno-NSFAS? 🤔 Sengiphelile amashumi ekuseni. 😩
