Uthi ubiza iCherry ivel’iyitshele ngawe, kulapho ngiqala khona ukuvuka nelintshe ke mina😂
Related Posts
nali ikhehla lifika esibhedlela libuza kudokotela! ikhehla; kodwa bantwabami yini le ebulala umntanami kanje? doctor; yingculaza baba ikhehla; imenze kanjena Continue Reading..
Ngaba bete imali uyangincisha, kungashisa uyangincisha, nginganuka tjwala, ngingajola iyangincisha kahle kahle ufunani kimi wena or ngishintje ngibe itoilet papert
Sengizibuke zonke iziqephu zalo popayi okuthiwa uBen 10, akukho nesisodwa isiqephu la ejola khona nomama abadala!
Bonke labo sisi abamnandi siyacelwa eCambridge kusasa ngo-9 ekuseni, angazi ama-combo, umbondo, kwanjani njani.
Kahle kahle labantu abanamalimu nabanezimpandla kwakufanele bahole impesheni ngoba nabo bakhubazekile.
Umfake emsebenzini umuntu omnyama ma ehola avele athenge imbuzi ahlabe abonge amadlozi wena akhohlwe ngawe.
Wife & husband watching soccer Wife; Swettie kanti lo ugqokeleni okungafanani labanye? Husband: Ngukeeper olinde igedi After 5 min Wife: Continue Reading..
Nificane nomuntu wakho ebusuku nihambisane nixoxe umuzw esethi “konje wawungekho emncwabeni wami”
