You post a pic with a child that is not yours😐 We comment “MAZWI”
Ngizamile ukuba crc kodwa ngabona umfundisi afake ibanana kusho ufinyo atshela ugogo
Eye indoda lokuthanda inyama kwakuhlatshiwe kamakhelwane, sidla inyama kusebusuku wahamba ugesi, sama ukudla, Hhaw wadla washeshisa ubaba lo,sizwa esekhala ngeqatha Continue Reading..
I wonder lomuntu owenza upolony ubeyiround wayecabanga ukuthi ama corner esinkwa siwadle nani.
“I Love You” is enough!! 🙌🙌Labo Deeper than the Ocean ke angazi abani bakithi, muntu sengaze lunywe oshaka 😂🤣
Ngicela umuntu ozongiboleka ufafandrethi (R500), if ngingawubuyisanga end of July then you can block me. It’s fine, I’ll understand.
Wena nomkakho niyagula. Angazi ubani owathelela omunye noma uyena owasuka nakho kubo. Kodwa engikwaziyo nigula ukugula okufanayo. Anive ningasigcini isikhathi.
Wawucabangani nje uqoma u Mandla💪😹 awbheke manje ukuxovisa okwa flour wamagwinya ngama qupha
Mina angeke ngikhontrolwe yikhalenda, never! 🤚🏽 Futhi nje, happy Valentine’s Day bathandi bamahlaya esiZulu.
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *