Umudle umuntu aze ak’tshele nokuthi imali yakubo ihlala kuphi
Pastor : uNkuLunkuLu UnamandLa ✊✊ – Possessed Child : uGyma Naye ?
Abanye sebejolela nje ukukhulula i Lay-bye zabantwana babo. Siyabuka nje.
Ukudide ushintshi etaxin uzizwe usubuza nento engasile usuthi “konje laba abawu four bathe bangaki?”
Bafethu, lento yokuba ngaphezulu idinga lamantombazane asenamabele amile mpo, sikhathele ukuvikana nezimpama✋ zophaqa pls
Ukukhumula isdudla akuhlukile nokutshintsha ibedding ku queen sized bed
Indlela odakwa ngakhona ususaba ngisho ukuzibuka kwi Mirror. If bekukhombisa ur photos uzibuzela wena ukuthi ubani lo.
Umuntu akunyathele ngo-size 12, uma eqeda athi sorry. Hhayi bo! Biza i-ambulance, ngiphukile!
WHITES: “Is the boss here?” – BLACKS: “Usefikile ubab’wakho?” owakho uBoss nimbiza bani?
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *