Once wathi: “Ungangizwa kabi.” ngivele ngikuzwe kabi same time.
Related Posts
Uma wake wathunywa i-spoon ekhishini wafike wasisula ngeskibha, ngilandele. 🚶🏽 🚶🏽 ISilo samabandla sifuna ukukhuluma nawe mayelana nenhlonipho nokuziphatha. 😐
Umuntu akucele uR2 kodwa iStove sakubo sihlangene nekhabethe futhi sinane Sun-Roof😑💔
Wathi omunye ubhuti evakashela ugal wake waqhamuka ehlezi nabangani bakhe,nengane,wathi ugal ey nasilesicefe wase eya kuye, kanti iyezwa ingane, waphinda Continue Reading..
Ngiyavuma, imizi ayifani, kodwa kwaNtuli bawuthathaphi umshanelo obhalwe ukuthi Grade 9A?
Ngiwathanda impela ama boobs😝 kodwa aiy🙅maselenga kanje😖ekhombo bhozo
Kanti uzathola kanjani umtshado wena ungaka devorce lo owawumtshadile ematopeni. God is not stupid yazi!!
I dont date for looks but nawe ungabi mubi mubi bii ngathi une criminal record
NgeWinter isyllabus yokugeza isuke isiphelile sesitshaya ama revision nje sigeza ikhanda lezandla lenyawo. Ask any teacher .