Kuyaqala ngqa kulo nyaka ukuthi ngingayi kuVodacom Durban July ngenxa yokhuvethe, kweminye iminyaka bengingayi ngoba anginamali.
Related Posts
Aku blue ticker ubbe uzizwe ngathi awuyifakanga kahle iSim Card 😭
Wena ubusy utshela abantu ukuthi ufana nami. Ufana nami kanjani, ungakaze ungibone ngidakwa utshwala ngikipitile?
Sengingaqala ngizisho igama nesbongo kulo sisi oncike kumina e taxin 🚐 noma ngithi ukulinda kancane 😋🤔?
👩🦰 :Yaz mf2 asizwani no Mah Ngvele ngbone lapho ukuth u rubbish we cherry 🙄
Mhlaka 31 December, 11:59, 5, 4, 3, ……. Uvele uphiswe ukbhosha into eLA ⌚ 🚑🚔🚦 😂😂😂😂
Ukukhuluphala ekubeni ungikweleda huseyikho ukungidelela nje
Ukungagezi kwafika nabantu bakwaKhumalo,Mbhele nobani konje?😂😂
Ushone ukhathele, ufike eZulwini begeza amafu.
