Umfana onjani othi mumvusa for i-Morning glory athi uyazela yena!!
Mina mangiposter ama status, ngisuke ngingakhulumi nawe. Uwena onezinkinga ezifana nama status ami.
Ngzwa kuthiwa KwaNongoma ama Results ka Matric abelandwa enduneni
Uma usushiyiwe yeka ukuthi “Ngeke umthole onjengami ” 🙄 Onjengawe phela akasafuneki😁
Ukhala ngezimali, kodwa awunayo nane-vase le, uzozibekaphi lezo zimali? 🤔 Nombandamo ekhanda.
Nina ngoba naku nisebenza ema Office nizibona nincono kunabanye, nicabanga ukuthi nibhosha iKnorrox.
Ukuzalela Mfana Ingane Embi kuyawuqeda Nje Umdlandla Wokondla!!
Angikaze ngivalwe amehlo ngihanjiswe kancane kuthiwe: “Ta-Da!” Bese ngikhonjiswa 3 boxes weHeineken.
Umsindo engiwufice kwaZwane, ugogo wakhona ngathi ushidabe nge-statement sikaSne.
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *