Ngomcelo nje ka R1000 nembuzi 🐐 ehlanyayo ehamba idla umbila 🌽 wabantu☝️usuthi This WAS YOUR YEAR✋Fuseg Nozibusiso
Related Posts
Umuntu ashaye igirl friend yami ngempama aqede azobuzamina ukuthi nginenkinga yini. Haiybo! Ngingenaphi mina?
Lowo mzuzu ongixakayo, izivakashi seziyavalelisa. Two hours later basavalelisa. 🙄
Amaphara uma uwashaya awayisabi induku ngisho isibhamu kodwa uma uwathela ngamanzi yoh awabaleki umhlola
Bantu baseGoli, nizoyigqiba leyo migodi noma sikhuphuke siyi-KZN? 🤔
Dear Debonairs, Bengicela nitshele abasebenzi ukuthi ngicela basike equal pieces ngoba siyaxabana uma sesidla namagenge.
Kanti vele kwenzeka njani ukuthi umuntu ezivelela eZim esehlala eHillbrow umuzwe esesithi: “efletini lami”, uyabe eselithenge malini or eseliphiwe ngubani?
Uyaphi nje ku February unendoda eyodwa mifa lento ngakashayi nomhlaka 14 uzoth buwenzan
Noma ngabe kushube kanjani bra wami, ungahlali estolo.
