Akekho owazi i-crèche eno-NSFAS? 🤔
Sengiphelile amashumi ekuseni. 😩
Nibahle ozo comment u worse. Or Nibambi ongeke a comment u worse Or Nibahle ozo comment ayhi mubi muhle kakhulu Continue Reading..
Umuntu omfishane akumufaneli nj ukuba yiRasta.kuvele kubengathi isihlahla sensango nj
Sethemba nalapho kungathembisi khona ,yithina ke labo, bathi alibulali lona ukuba liyabulala ngabe sesabamathambo mhlophe
Ukuphuzela endlini kuyinkinga, ngithe sengidakiwe ngathi kunkosikazi: “Faka inamba yakho la📱, ngizokufonela kusasa.” 😭 😭
Ngicele usizo lwakho nje, wavuma. Manje wena wenza engathi ngithe enza izimanga ezenziwa uJesu waseNazareth ebhayibhelini.
Ngicela abazokhala emngcwabeni wami bakhale kule post manje, ngifuna ukubala ama-plate
Social grant it’s R400 Pampers R280 Formula R300 Yewena Ramaphosa iyashota lemali😂😂😂😂
(Post by Mthandeni) Mhla ngizikhiphe NoNonhlanhla 🙄👫 ay sifike sithenge iNkukhu 🐔 e Nando’s ,ejabule efe eth ujwayele i Kfc🙄 Continue Reading..
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *