Ama-posts alapha ekhaya angiwabhekise kumuntu, kodwa uma isicathulo sikunela, sigqoke Cinderella.
Related Posts
Sengicabanga uk’Dayisa Ngomzimba R30 For 3 Hours uBase Khona Bo Girls, Anyone Interested ??? Inbox me Asap Niyeke uk’Lamba ngikhona
Uyaz umuntu akujwayele kabi uze umqambe nge English uthi uyi Jwayelisist
Sihlaleke singasuzi thina laykhaya ngoba Nina niyadla
Iyeke Lento yakho yokuba broke uze utshele abantu ukuthi awusaphuzi.Kanti iphakethi linembobo.Uxakwe nawoMashonisa.
Kunzima emhlabeni ngihlangane nomunye usisi ekuseni ibele elilodwa liphandle ephethe iHandbag ngambuza kanti kutheni uhamba ibele liphandle libuhlungu yini , Continue Reading..
Kulo nyaka akukho muntu oyothwasa, akhona ama ARVs ema-clinic.
Ushawe yi-corner le windi kuvele kubuye lonke usizi, usale usukhalela no-R350 wokhuvethe kanye nokuthi awusebenzi. ðŸ˜
Inyama yenkukhu yayimnandi isabizwa ngamaphisisi.