Uyazi ukuthi umthakathi akayisweli into azokujaha ngayo. Ngokuthi nje awukho upelepele🌶️ kusayimbali🌺, Sengonile.Sengizwa kuthiwa awumbiwa ndawonye.Ngopelepele??🤷♂️
Related Posts
Phela webosisi nina enigqoka amabhulukwe Niboke nibuze phela nakoshomi benu ukuba liyanifanela yini, nibuze nobuso buyavuma yini ngoba abanye sizesibabize Continue Reading..
Ungaze uzike inhlavu ekhanda ngenxa yentombi ekbeni ziziningi kangaka ku facebook bo
Uma ngingafunzwanga istubheli 🍓 this year, ngiyayeka ukujola. Kuyoba nini umuntu ehleshulelwa ummbila? 🌽
Ikhansela uDambuza ephendula izikhalazo zomphakathi: – *Sifuna izindlu zamahhala. Dambuza: “Nidakiwe, nizalwa yimi yini?” – *Sifuna ama-toilet. Dambuza: “Nithe nilambile Continue Reading..
Ever noticed? Umuntu wesilisa ma egqoke ama pyjama ungathi luhlanya ulufohle esibhedlela. Thats why ngingawathengi mina.
i-ABSA Cup ikhombisile ukuthi ayiyona ifood parcel…If ungangikholwa buza iKaizer Chiefs yona ebizitshela ukuthi izovele inikwe ngoba iphezulu.
Musani ukuthatha izinkinga zenu zomjolo nizihlanganise nale ngoma kaNtencane, bese nenza sengathi imnandi. 😐
Ungabuzi indlela emuntwini okhuluma isiTshangane. Ngeke ufike la oya khona. . Ungezwa ethi “Famba straight itafika lahaya,iku ehh,iku ihh,iku ohh,ifamba Continue Reading..