Ubani owake waya eMnambithi asichazele ukuthi kunambithwani ngempela?
Related Posts
Uhlanze kahle ikamelo, upheke, qede uyoboleka i-laptop ngo-R80 ajike umuntu wakhona athi akasezi.
Umuntu abemnyama ngathi ugeza nge under Ka makhenikha
Distruction Boyz is da reason why KZN got low % Angith beniphezu komunye kufundwa
Ayikho into ebuhlungu bathi uyaphinda ungaka dlanga emnyanyeni
Mhla kuyoshaywa laba bantu abasishutha izithombe zama-ID, ningitshele, ngiyoyeka konke engikwenzayo.
Lama fridge amancane aseduze kwe-till abekelwe ukuthi ningabulawa ukoma nisamile kulayini, awadayisi nhlobo. Nibovula niphuze.
Uzwe omunye athi ngisafuna ukufuthumezela indodami I ice cream ulambile shame
Ukhaphe umngani eya kwintombi yakhe, bavele baxabane, uzwe intonjana yakhona seyithi: “Hamba nalo mngani wakho onekhanda elikhulu!” Hhayi bo wenja! Continue Reading..
