Haiybo! Uyazi ngiphuphe kambi kanjani izolo kuthiwa abafazi baphelile estolo. Nabakade bekwi laybye bonke bakhokhelwe u cash. Ngaphuma estolo ngijuluke ngimanzi ngingaphethe lutho ngoba naye lo ebengithi uSoulmate wami kuthiwa uthengiwe… Cash on delivery, uhambile naye
Related Posts
Ukhaphe umngani eya kwintombi yakhe, bavele baxabane, uzwe intonjana yakhona seyithi: “Hamba nalo mngani wakho onekhanda elikhulu!” Hhayi bo wenja! Continue Reading..
Vallentine’s is for married people. Abanye yikuthanda izinto nje.
Uyangena esontweni sekusele indawo eyodwa eduze ne X yakho, ivele iqale iculo ithi *”usathane akanandawo”*
Uyabona nje uZodwa nomshado izinto ezimbili ezihlukene.Kahle kahle ufanelwe ukupheka emcimbini nokukikiza.
Today Ngibone Inja 🐕 Ishayiswe Imoto 🚗 Ngasho Ngenhliziyo Ngathi “Ya Neh Siyaphela Singamadoda” 🙆🏽♂️
Le weather ixoxa indaba ebhedisa indoda ize ithi, “baby ngizokuthengela imali”
Umnikazi wepulazi wayegulelwa ihhashi wabiza udokotela ukuba azolixilong uma lingasindi lizobulawa emva kwa 2 days Imbuzi yezwa lamazwi yaphatheka kabi Continue Reading..
Mr Bean In Zulu🤔 • Is Mnumzane Bontshisi?
