Uthi usahlezi kamnandi no bbe wakho epakini usamxoxela ngendlela ongakaze uthande umuntu ngakhona, qham thushu imbuzi Inibuke emehlweni. Kuvele kucace ukuthi lembuzi iyasho Nje ukuthi weeeh bonke baqala kanjena😏
Related Posts
Uthengeni ngeShumi lakho eskolen Enzoh? 👶🏾 Athenganga Lutho dlale istokofela faka ukhipha ishumi libuye selufafrandi
Mase befika ngeBus yaseRes, behla befake amaHeadsets ungaze ufunge kuthi abadlali beReal Madrid ukuytshela
Uma ufuna indoda enemali, cacisa phela ukuthi enamalini.
I can’t wait to teach my boy that Head- ikhanda Snake – _umngani_ Rubbish – intombi Education- Best Friend
Mbali : Ngcela ungiphathele into edliwayo. Mlungisi : Ngiyoyifakha kanjani iPirates yonke emotwen mina🤔😂😂
Me: bbe ukeph Her: Durban years bbe Me: what🤨 Her: la kudayisa khona ama pizza
Ama-posts alapha ekhaya angiwabhekise kumuntu, kodwa uma isicathulo sikunela, sigqoke Cinderella.
Ngiphuphe ngiyeke utshwala. Akekho yini umuntu owazi ukulahlisa amaphupho amabi?
