Ayikho into ebuhlungu njengokuhlaka esithulini esinamakhungela



uJesu wafela izono zethu, thina sifela amaChina. Kuzomele sifakwe nathi eBhayibhelini.
KwaBase-South Africa.

Haiy, abantu bayayithanda inyama. Senihlulwa nawukubona ukuthi akusilo ithumbu leli, inyoka engiyishaye ngitheza izinkuni. Ni busy nilokhu nithi ngilishisile lethumbu. Anisaboni nokuthi nidla inyoka. Yabona ukudakwa u tshwala futhi!!