Sub Categories

Ngaze ngamilwa ithumba endaweni ewrong kumakhaza nakanje๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ



Wena ubusy utshela abantu ukuthi ufana nami.
Ufana nami kanjani, ungakaze ungibone ngidakwa utshwala ngikipitile?

Basebenza ngenye Indlela labobaba. Uyazi ukuthi ama Phoyisa asedidekile ngempela kwawona. Afike kwi scene abuze kwenzekeni, nichaze nisho nokuthi animazi umuntu owenza lento. Aphinde abuze “akekho umuntu enimsolayo”?, nilisho igama. Ekugcineni anibuze ukuthi ninabo yini ubufakazi. Kanti ubani othi asisho esimsolayo. Ubufakazi futhi??

๐Ÿ‘ฉโ€๐Ÿฆณ:Waze wamuhle ugirl”
๐Ÿ‘ฉ๐Ÿฟโ€๐Ÿฆฑ:Ngyambongela, phela ubaba wakhe uyiBank Statement eCapitec.


Usathi uya jaiva enkwarini, Ubone nangu umah wakho ephethe ingane yakho. Kulowo mzuzu ukhuluma noDj, ungenzenjani?

๐Ÿง“๐Ÿพ:Makoto!!!
๐Ÿ‘ฐ: Mah!!!
๐Ÿง“๐Ÿพ: Phuma Ubone intombazane engiyithandela indodana yami.


๐Ÿ‘ฎโ€โ™€๏ธ: Manje I mop ifunani ePolice Station?
๐Ÿค•: Ngizosula icala


Ukuze ube nokuthula, ivumele le eyokuthi uthi hlukanani. Nt tht uya understander lento ayishoyo. For the sake yokuthi umthanda kakhulu, Ukuze ungahlukumezeki wena onenhliziyo esamthanda. Vumela lomhlola wamahlukana awushoyo cos kusho kona vele akasekho kuwena. If uqhubeka ngenkani u’ll get hurt kakhulu futhi.So if ethi I ran out of it. Nawe enza njalo, just let it go.

Nabefundisi bangaze banicele ama koekies,
anisagqoki phela nani kulamabandla enu oPastor.


Uma ufika neBolt eBolt and Nut shop, ucele usize olingana nalelo oliphethe, if ungawutholi bathi “sori sir we’ll have to order for u, we’re out of stock. Uthini uZwe? Hlukana nokuba busy ufunana nomkhulisa nduku ngoba ufuna ukungena kuyo yonke imihosha nemihoshanyana engalingene nawe.Malingekho ๐Ÿ† alikho Wait for ur turn ur size is coming.


Indlela odakwa ngakhona ususaba ngisho ukuzibuka kwi Mirror.
If bekukhombisa ur photos uzibuzela wena ukuthi ubani lo.


If uyisangoma ungenayo I foundation kaNkulunkulu,
kusho ukuthi uzosiqeda phela. Uyazi uzosithakatha wena.

Wake waba nomngani oyisilima totally, into evele kuthi kungonakele lutho isuzele isandla mase iqhamuka isifumbethe ithi nuka laaa.

๐Ÿ‘ฉโ€๐Ÿฆณ:Haiybo Spha, Makhelwane, usuyahamba sesiphaka๐Ÿ›?
๐Ÿง”:Lutho anghambi neze, Ngyolanda isitsha sami sincane lesi.