Sub Categories

Muzophuza ๐Ÿฅƒ๐Ÿท๐Ÿพnathi kuloDecember,ufika ne-slip se-grocer yakini neVN yomzali wakho ethi “ngiyabonga mtanami” . Sikhathele nje ukuqalekiswa abazali benu thina ๐Ÿคž๐Ÿฝ๐Ÿ™„๐Ÿ˜‚



Uma nje nkosi yami ngingazitholela intombi eythandayo, esebenzayo. Futhi ezihloniphayo. Angiyifuneli izinto eziningi bakwethu, ngifuna nje ukuyiququda, nami Kade kwasa bengiququda. Nami ngifuna ukuyiququda nginga phazanyiswa muntu.

Angeke uthi gulukudu nje ngigeza mase uthi sori.Ungahlanyi la wena.
Haiybo ungangdakelwa la, Khumula nami ngibone

Umuntu umtshele kahle ukuthi akacuphe alarm la 5 yena acuphe u4 aqale Akubhebhe ๐Ÿ˜ซ


Maka boy sekwenzeke iphutha ngithi ngisenda R500 for izinto zikaboy zokuthi aye eskoleni kwavele kwasendeka R5000 ngicela ungibuyisela R4500 please. Reply as umah ka boy

Sengiquleke kathathu emva kokukhokha ischool fees sezingane๐Ÿ˜ข๐Ÿ˜ข


Angithi uMzulu wena๐Ÿ˜Ž

Uyini uMama kaBhuti ozalwa nguMalume kaMfazi woMzala wakho???


Umuntu avele aqhamuke angitshele ukuthi yena unguNebuchadnezzar umProphet ongabonwayo. Kulowomzuzu ngikhuluma naye ngimbona ngamehlo enyama. Uthe eqala nje ethi 2 – 4 – 2 – 91, ngathi akangixolele angihlangani noNebuchadnezzar ongabonwayo.

Nizitshele ukuthi ninoNdunankulu lento ekhuluma ngevoice engathi omama bomanyano.


Ngala ujabulela ukuthi iboyfrnd yakho iyakubheja,ngala uyaguga lutho amalobolo.


Naku kudlula iPhara lidayisa ngama pampers, ngithi asinayo ingane encane la ekhaya. Lithi lizoyiletha ntambama

“Ayichithwe lenkukhu, awekho lamanzi.
Kahle hle lodoti uzowufundisa izingane zethu.
Uma wafika ngengwenya๐ŸŠ,
usungakwetela ubambe egodukayo.


Musani ukusfonela after 20h00,,,sishadile bandla.
si-married
si-wedding
si-lililili.๐Ÿ’
Kikiki kwakuhle kwethu.

Umumtu ulokhu ethi simnandi iSqwaqwa, ngiyaxakeka ukhuluma ngani. Kanti usho iSgwaqane engangimphakele sona sibuya kubo eChipolopolo (Zambia) ngivakashile.