Ngyavuma anginayo imali😒kodwa angiyithandanga indlela iATM iphushe ngakhona iCard lami😕💔
Sub Categories
Kuvele kugingqike itruck yotshwala phambi kwakho umi nomfundisi esakubonisa ngempilo
Ngine nkinga la, uma ngike ngalala nentombazane ivele ithole umsebenzi ngaksasa or ipromotion🤞🤣🤣🤣
Ngisho ungangi advice ubusuku bonke mesethe nje, bbe ngiyaxolisa
Ngiyamxolela finish🤞🤣🤣
Nkosi, siyathandaza siyi SA siphoxekile. Umthathile u Desmond Tutu engahluphanga ngalutho, akavalanga izwe, akalethanga masosha akazange futhi asifaka amasfonyo. Awuthathanga ngisho oyedwa onempumulo enkulu. Sicela ungagcini ukuthatha, ubuye uthathe strong wonke umuntu onempumulo kungenzeka kulowomzuzu, usathatha laba abanezimpumulo kuthatheke nalo esingamfuni. Nkosi izwa umthandazo wethu.
Udakwe nendoda yakho🍻
Uyizwe ithi”ubongzamela umuntu oryt phela”😫😭😹💔
Ababahle Abantu kuma Social Media weNkosi yami,
awubabone ngo inperson🙉🙉🙉🙉
Sometimes ukusebenza estolo uyadeleleka. Nangu omunye uzongbuza ngokudla kwezinja ukuthi “YIKUPHI OKUMNANDI ?”. Nali ibhadi lami 😡😡😡
Ngenkathi usazitika ngalo uliququda, wawuxoxela abangani uthi”Haiy oe Uyayenza lento. Manje usukhathele Ilona ulibiza ngo-kleinjie, ungabonga☝️. Uxoxele umuntu o wrong. Kwayena ulikhipha uFuckin.
Mantombazane. Don’t be an understanding girlfriend 🙂shaya impama I relationship ibe stable😙!!
KODWA KE SENINGA KHULUMA NGOBA ININA. KODWA NJE, UMUNTU WESIFAZANE NGEKE AKUFEBELE UMENZELA EVERYBODY NEVER 🤞🤞
👩🦰 :Yaz mf2 asizwani no Mah
Ngvele ngbone lapho ukuth u rubbish we cherry 🙄
Ubafo ucoshe umdlwane weBhubesi ezihambela ezintabeni wathi uzozkhulisela wona awukhonkothi sdalo ngyabona unamahloni🥺
Kambe umuntu usahlalelwe ukuguga 🤦♀️😭 Kungcono ama2000 wona asephelelwe icala 🤷🏽♀️🙄
qiniso yini ukuthi u president ubanjwe I covid. Ngizwa la bathi kushiwo ezindabeni. Sewajova njeee, angalinge yini yena?? 😂 🤣
Uyamazi umuntu ononya. Ngoba nakhu ukhaviwe uyena, ngokukhwehlela nje kule covid LOCKDOWN amemeze athi”Vuma uhambe ungagolozi, vuma uye ekhaya EZulwini kuwe baba. Ngemali nje yepolicy aseyifuna manje.