Ayive iSexy intombazane esaba igundane🐁,
Haiyi lena evele ithi: “Baby dlokodla ngalapho mina ngizovimba ngala.
Sub Categories
After sesihlukene ngicela utshele izingane zakini, ziyeke ukungicela amashumi.
Sithandana nomama bezingane zabantu.OMama bezingane zethu bathandana nobaba bezingane zabantu😄
Amanikiniki ongeke😂 uwaqonde😂
Kwenye inkathi 👀ubona senihlukene 💔ukuthi la
Bengizihlekanisa nomphakathi😸🤣
Inkinga yenu nifuna ukuphila i”WOW”life nge “ncooooh” salary.
Nase Durban sicela iMall of Africa.Uma ingekho indawo nisuse noma iLamontville🙏
God gave u ishiya elihle wena uyalicwecwa njenge zambane.Ulidweba esiphongweni.Buka manje uwu Minnie usufana nekati.
Did u knw: ukuthi kunezinhlobo zabakhuthuzi.
Abakhuthuzi bemali mase kuba
Abakhuthuzi bemendo yabanye.
Adakwe uMakoti💃 🍷emncimbini.Abambe uBabezala ekhanda, ambuze:”Usudlile wena mpandlana?”👴🏾
Angyazike ke leeh.uDolly no Cyntha baqale istokofela😂 ukuze bakhokhele inkabi ezobulala uSophie.
Nina.nicabanga ukuthi umuntu wesilisa umahlalela.Kanti nawe uwuyena
Uba nomona uze ufise ukukhala.Ngokuhalela nje izinto zabantu.Wait for ur turn.✋
Uthanda kabi ukuphila izimpilo zabanye zabantu.Izolo ubu Tom namhlanje uDick ksasa suwu Harry.Hlukana nokuzenza into ongeyona, doti.
Yabona umuntu meke wathi”Dn’t worry.Your secret is safe with me.Umaluma ephephetha wenja lowo.Mayehlala emakhaya igcwele uzintaba, uma eseLoxion unyile nyi.Ngithi NYI!!
Angisalwanga kanje ngiphupha amaphara entshontsha uMhlaka 1 June 2020 😢😢
I CORONA engabe iyasho nje ukuthi ifuna abantu abangaki, siyinike obaba bezingane abangazondli