Nibe nesilingo somuntu ekhaya:,Esihamba singasho, nokuthi siyaphi.
Kuphele izinyanga nonyaka.Abuye engathi akukaze kwenzeke lutho.
Sub Categories
Ngithe umcimbi ungo13h00 la kuzophuma khona izithebe.
Ngizosi thathaphi esakho njengoba ufika ngo 17h00.
Kahle kahle labantu abanamalimu nabanezimpandla kwakufanele bahole impesheni ngoba nabo bakhubazekile.
Ladies, stop asking a guy if unayo yini intombi. If you love him, join the queue.The winner will be announced eventually๐ฃ๏ธ๐ฃ๏ธ๐๐
Haiy haiy haiy, indaba yomuntu obhosha into ehlula ngisho IAirfreshner.Kugoloze nempukane inikine ikhanda lize linqamuke
Uduke eMall uze uqonde kwi security uthi “Qagela kuphunywaphi”?
Ngicele usizo lwakho nje, wavuma. Manje wena wenza engathi ngithe enza izimanga ezenziwa uJesu waseNazareth ebhayibhelini.
Uyanyisana umjolo.If u don’t believe me.Buza uzodwa waBantu.Uphi uVusi?
Sengathi manje kungafika isifo ๐ชesizophoqa ukuthi umuntu nomuntu ahlale nobaba wengane yakhe๐คฃ๐คฃ๐คฃ
Ngaze nganebhadi bo, ngikhalelwa yindoda ithi kushone umama wentombi yayo, ibizwa nganike lento?
Thina siyabazi oYellow bone, Ususho ukuthi ngobuso nje bodwa nabo obubuya kuma- Panel beaters, obenziwe. Usuwu yellow bone njalo.Khohlisa abase Nyanyadu.
Uyazi ubusisiwe umuntu ongenayo intombi enamanga. Yabona lodoti wami, uwaqamba ngize ngizwe ngathi uhlangothi alusasebenzi ngizoshawa iStroke๐๐๐๐
Haiybo, Ladies
Utholwa abanjani lo beer ose glasin enihlezi nehla nenyuka nawo ema clinic๐ค๐๐๐๐
Tshelani mina. Ilahlwaphi container yekhekhe lase Woolworths…
๐คทโโ๏ธ๐๐
Angithi sonke siyavumelana ukuthi iplate ebelinesinkwa asiliwashi kodwa siyalithintitha
๐๐๐๐๐
Angisajabulanga kanje, sixabane nomakhelwane. Ngichazwe nje into ayisho ekugcineni. Uthe uzongikhombisa umuzi onotshwala๐๐บ๐๐๐