Yazi ngifuna ukuyeka insangu
Bese ngqala I business
Ley mbuzi zamaqanda
Sub Categories
Lento yakho yokuthi wonke umathandana ongena kuwona ufuna ukuba u mam.Awuke ungene ngegiya eliphezulu nje ufike ube iPrincipal.
Weekend yonke ubangela ifamily yakho umsindo ngoMbhaqanga noMaskandi. Izingane ma zidlala amaPiano ngoMonday zibuya eskoleni uthi:”FUSEK ayehle leyonto.Uwu Bab’doti.
I Weekend yonke ubangela ifamily yakho umsindo ngoMbhaqanga noMaskandi. Izingane ma zidlala amaPiano ngoMonday zibuya eskoleni uthi:”FUSEK ayehle leyonto. Uwu Bab’ Doti.
Ukuzwe kumnandi kanjani ukuthandana nomuntu oneqiniso nenhlonipho,
ngathi ungabiza iEx yakho uthi: nayi into engangiyidinga Doti.
Angikho happy ngeSpeed sePhara uma likuphathise izimpahla.
ππ₯Ί
Uthi udlula ngase KFC nendoda yakho yaseMzimkulu uyizwe ithi “engath bengasbiza basiphe izikhumba π”π€£π€£
Ngendlela engimuthanda ngayo, sengicabanga nokumbhala kumaPex asekhaya.,ngekeπ
i-ABSA Cup ikhombisile ukuthi ayiyona ifood parcel…If ungangikholwa buza iKaizer Chiefs yona ebizitshela ukuthi izovele inikwe ngoba iphezulu.
Uzwe umahlalela ethi:”babe ngifuna wena kuphela”Haiybo ndoda, umsebenzi wona?π₯±π€πΎ
Kuyiqiniso ukuthi ukuba iShangane is a disease.
Uqala umncane uyiShangane ukhule ube iVenda.
After tht ube iNigerian.
EMzimkhulu it’s either ujola nomuntu womuntu or bajola nomuntu wakhoπ
Musani ukucasha masinibona emaclinic.Sonke syagula,
akekho osuke ezowithdrawer imaliπππ
Niyizwile lendaba yokuthi:Ngisho ningawadweba kanjani amashiya…nize nifane nOPOPAYI, abakwa Ngcobo kuphela abanamashiya amahle.
Weeeheee,Ngathi amantombazane ekwazi ukucheatela amasosha izinja ezigada icountry.Bewuyinike wena nezibuko zamehlo.
Uma kungathiwa wonke amadoda aya empini,mubheka nje ubae wakho angabuya empini??ππ