Bathi ikorobela awusavele udliswe Yona nje, usuzitholele Wena yona Ku oven🍎
Sub Categories
Uchama 💦uze uqinise isishwapha phezu kwengane yabantu.
ulobola nini vele wena,😏
Doctor: 👨⚕️Udleni?
Zanele:🙍♀️ngidle ama prawns, calamari and oysters.
Doctor: 👨⚕️this is not Facebook ngizokuyeka ufe mina. Udleni?
Zanele:🙍♀️ngidle uphuthu nenyoni
I know ukuthi it’s Christmas. Why mawubona Mina usineke. UCHRISTMAS imina yini.
Ukuze ube nokuthula emoyeni, awubadingi abantu noma abangani abangakwenzi ukuthembeka empilweni yakho.
Kungene umfana omncane etoilet, Mase phuma kunuke engathi bekungene labobana abasebenza kaSAB breweries abehlisa ukudla nge Castle Milk Stout.
Wake watshelwa umuntu ukuthi umumbi ehlangana nawe, angaxolisi nokuthi athi ngiyadlala avele akushiye kanjalo ahambe. Uhambe uzibuza ukuthi umumbi ngempela, mawumumbi ububi bakho benzeni kubani?
Usuke udakwe ngempela mawuzofika KwaMakhutha ungena eDot Car Wash uthi ucela I six pack kuMzobe, akubuze ukuthi yani uthi: yamaqanda …
Washo ke ukuthi uzobanyisa ngomhlaka 1 Jan wakhohlwa umaRamaRama, uRamaphosa madoda wazokunyisa nyiiii.
Gogo in a taxi from JHB to DBN acele udriver amtshele uma esese PMB, an hour later amkhumbuze futhi, athi udriver “ngikuzwile gogo ngizokwazisa…” akhohlwe udriver aze ayofika eMarianhill etollgate, athi ugogo “ungakhokwa njalo driver ePMB” abambe ikhanda udriver ajike nabagibeli ayinyathele ephinda ePMB – abagibeli bayavungama ulaka, sebefikile athi “gogo sesifikile ePMB” athi ugogo “ngiyabongake kuthiwe ngiphuze amaphilisi ami uma sesise PMB sesingaqhubekake nohambo vele ngiya eDBN!”
I-Pain Yokujola Nomuntu Onomuntu Wakhe💔 SebeyoPostana Ke Bengakucabangeli Ukuthi Uphatheka Kabi kanjani.
My lobolo is going straight to my account, umjolo unginyise ngedwa not nomalume
Ngiyakubona njalo”
Kusho uMthethwa engenaso isibhamu ezwa izigi emnyango, esaba nokuphuma.
“Singing”
Ngiyayithanda leyongubo kodwa leh..
Usuyoqedela ke nawe ngokweminyaka yakho,😀
Nawe unaye lomngani ovele uhluleke nawukuzibamba mawumbona,
uvele uthi:”Nanka lamasimba”.
Yaah..Yabona-ke today, ur gorgeous.Zonke izikhathi uke ugqoke engathi ilabo mama abadlala uMshayina.Abahlezi behlangahlangene