Stop telling couples ukuthi basazohlukana, nawe geza πΏ bazokushela uyeke umona. β
Sub Categories
Kusenkanjini yamasotsha, ayeseqeqeshiwe esekulungele ukuphuma ayosebenza okwangempela. Kwathi ngosuku lokugcina umphathi wamasotsha (General) wabiza i-stripper sendawo ukuthi sizothokozisa amasotsha ngomdanso waso kwazise phela lobu kwabe kungubusuku bokugcina enkanjini.
Hhayi-ke sidanse i-stripper ngengoma yokuqala ethendeni elikhulu lapho ayebuthene khona amasotsha. Kuzwakale ubuwoklowoklo kushaywa izandla ejabula amasotsha, cishe kwaphela imizuzu emihlanu. Aphume umphathi ethendeni lakhe elincane, azokhuza amasotsha ngomsindo qede abuyele emuva.
Iqhubeke intokazi idanse ngenamba yesibili, lapho-ke yabe isikhumula iskibha kanye nesketi. Waba mkhulu umsindo eshaya izandla namakhwela amasotsha kujatshulwa kwaze kwaphela imizuzu elishumi.
Aphume futhi umphathi “endlini” yakhe ezokhuza ngomsindo qede aphindele emuva. Bese iqhubeka intokazi idanse ngenamba yesithathu, lapho-ke yakhumula konke u-bra kanye nephenti. Ngalowo mzuzu, alikho isotsha elashaya izandla kumbe lishaye ikhwela. Kwathuleka nje, ya-performa yaze yaqeda intokazi.
Yahamba yaya kumphathi isiyolanda imali yayo, wabuza umphathi: “Awungitshele ntokazi, athula nje amasotsha ami manje, kwenzenjani?”
Ivele ihleke intokazi bese ithi: “Kodwa General, bangazishaya kanjani izandla besebenzisa isandla esisodwa?”
Okwenziwe yi-breadwinner yasekhaya izolo ngiyokuxoxela amagwababa echobana, ingene ne-heater ekamelweni layo yathi thina sokotha umlilo weBig Nuz.
π©π½βπ¦°: βBabe, ubaba ushonile.β π π
π§π½: βSorry babe, but kungcono manje usuzophuma kalula.β
Kuyaqala ngqa kulo nyaka ukuthi ngingayi kuVodacom Durban July ngenxa yokhuvethe, kweminye iminyaka bengingayi ngoba anginamali.
Ukuthi awugivaphi akusho ukuthi uzophumelela
Ufuna indoda enemoto π π kodwa ubaba wakho yamhlula ngo-1960 isengu-R2.
βNifuna kuphume esinye isdumbu?β Kusho uNgcobo bemfakele inyama encane emngcwabeni.
Seniyenzile i-pregnancy test or nizozwa senihalela uphuthu π nescabha πͺ?
Bese kuba yilaba uma kuthiwa umuntu ushonile bathi: “Ubenani?”
Nisuke nizomvusa yini? π€
Kahleni bakwethu.
I Miss Tarvens,Re Jaiva Le Di Girlfriend Txago Jewa Ka Beer
O Monneng Yo Mo Wrong If O Robala Ka Weave
O re Wa Ngala,Pelo Ere Ke Nyaka Yena Owe Ao Dirang Stlaela
“Is Better Re Lese Ka Gore Kao Lapisa”
ππβ Mara Ka Mjolong Diya Boya Sham.
Advice of Today
“Change your habits change your life”
Ksasa kune meeting yabantu aba rich e town ngicela ningboleke u R14 ngyozwa ukuth sbizelwani