Sub Categories

Aku blue ticker ubbe uzizwe ngathi awuyifakanga kahle iSim Card 😭



Uma ebulala ICockroach ngesi chathulo 👞 , uyi gay lowo

Indoda yangempela ifaka emlomeni idle😂

Kanti loMjitha ocula iJerusalema uyintombazane🙆


La ekhaya banenkani, bathi i-Ultra Mel izovulwa ngoNew Year! 😕😢

Kodwa amaChoice Assorted neMayonnaise yavulwa ngoKhisimusi.


WHITES: “I don’t have any kids.”

BLACKS: “Anginanja, anginakati mina!”


Ungcono wena, uSathane wafika kuwe ehamba ngePolo, mina ngamsukela ku-inbox ezithulele uSathane wabantu.

Uma ngiphosta ihlaya elibhuquzisayo:

Normal people – 😂
Slow learner – 👍🏽


As from 2020, emingcwabeni kuzomele kubhalwe kwi-program ‘Ozokhulumela Ababemkhuza’.

Akubona bonke abebelungile besaphila.


“It’s been business doing pleasure with you, come again.” Kwazisholo umahosha emva ‘komsebenzi’.

Jumpsuit iphuma nawo umzimba kaSdumo, or niwu-order eceleni? 🤔


“Mhla waw’shiya mina, wawuthembeni na?” 🤔

Sekubuza ikhabishi ngoJanuary.

Awani amaqhoks 👠 ube umude sisi? 🤔 Uyoze ushayiswe ibhanoyi! ✈️