Sub Categories

Thina abanye inkomo sesiyoze siyibone ngeHeritage Day, nakhona ivela phansi kwemvunulo kusinwa.



Sikhala sonke uma kushisa, kodwa uma sekuna imvula nigonana nodwa. Ave niyizinja ‘yazi.

To avoid ukweqiwa i-plate emcimbini, before ulidlulise komunye, beka elakho phambi kwakho then uqale-ke udlulise.


La bantu bama-serious relationship angeke ubezwe bekhuluma ngeValentine’s Day, kodwa le genge yama piece job…

Intombazane iwela umgwaqo ngakwenye i-campus yase-UKZN.

Taxi Driver: “Awusuke endleleni weFees Must Fall!”


Intokazi ekhulelwe ingena etekisini yagaklaza isicabha.

Taxi Driver: “Ukube nalawo mathanga wawavala kanjalo!”


Taxi driver uthatha indlela enqamulelayo.

👵🏽: “Kanti uyaphi le tekisi driver?”

Taxi Driver: “Iya phambili.”

“Ngeke ngikulahle babe.”

Kusho inkunzimalanga, into eyayilahla umsizi esikoleni ngisho sebewubophele entanyeni. 😐


Niyamazi Nje Nina Lo Muntu Ovele Ame Eceleni Kombhede Uma Kucinywe Ugesi?


Taxi Driver: “Wendoda yegwinya, uzongisiza ungikhiphele lona ngewindi!”

Kushiwo kimi. 😭 😭 💔


Guys, ngicela umuntu nomuntu enze sure ukuthi ugogo wakhe ulele ubusuku bonke. Kumele siphumelele sonke phela nathi this year

Remember when you stayed up till 3am talking to someone? Where are they now?
You should have just slept