Sub Categories

Dear group members, please decrease the brightness of your mobile phones. The group’s electricity bill has increased too much this month
Thanks for your understanding.



I wonder lomuntu owenza upolony ubeyiround wayecabanga ukuthi ama corner esinkwa siwadle nani.

Namuhla eCreche
Teacher : Soon , sooner….qedelela!
Bundle of joy : SoonanyokoπŸ˜‚πŸ˜‚

Majita ibiza R35 i-necklace kwaMr Price, iyo-rustela kuyena!


Kwakuyilolu suku ngo-2016 mhla umalume efona ethi ubambe i-jackpot, πŸ™Œ kanti usho ujeke nebhodwe ayekuwine kwa-Boxer edansa.

Men’s Conference, Room 131 kwenziwa i-vocal coaching, angithi sifuna ukukhuluma njengoKwesta.

“Uyabona somosha kakhulu.”


Nakhona ku-conference akumenywanga uwonke wonke, aba-single sebejikisiwe


Ukhala ngezimali, kodwa awunayo nane-vase le, uzozibekaphi lezo zimali? πŸ€”

Nombandamo ekhanda.

Akekho owazi i-crΓ¨che eno-NSFAS? πŸ€”

Sengiphelile amashumi ekuseni. 😩

Majita, uma nibheka solala nje? πŸ˜• πŸ€”

Sekuvele kwafika uDladla Mshunqisi kwi-conference, anize neplani ajike lo mama. 😐


Sesikhona kwi-conference, izangoma
ziyasphalazisa la. Kukhona indoda
esiphalaze iphenti. πŸ‘™


I dont have a lot of friends, I just know a lot of people.


Umjolo unyisa kwasani la ngasekhaya akekho nje engsambone ehla eTaxin no Teddy bearπŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚ Ahh HALALA 2020

Ama-posts alapha ekhaya angiwabhekise kumuntu, kodwa uma isicathulo sikunela, sigqoke Cinderella.